Okuthunyelwe

Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ethi amaphoyisa akwaZulu

IZIPHAKAMISO: Amaphoyisa namabutho.

Isithombe
Ngokubona izenzo zamazwe ezenziwa emuhlabeni ( ko-Yukhreyini nakoSirayela ) kulezinsuku ezedlule, kucacile ukuthi isizwe kumele siziqinisele uma kwenzeka sibhekana nempi noma sihlangana nezinkinga maphakathi nezwe. IZIPHAKAMISO EZINTSHA MAYELANA NAMAPHOYISA:    Noma amaphoyisa angangahlukaniswa, wonke kube ngamaphoyisa wobukhosi (asebenzise uphawu lweSilo). - Kubonke abantu abangama-750 esizweni kube nephoyisa elinye. Loku kuzosiza kubekhona iphoyisa elihlezi lizosiza.  - Wonke umuntu oyiphoyisa uba nesibhamu , i-bulletproof vest , i-pepper spray nozankosi  mihla waqeda izifundo zokuba yiphoyisa.  - Iziteshi zamaphoyisa zonke ziba nama-assault rifle amabili, nama-shotgun amabili.  - Wonke amaphoyisa ayazilolonga, angakhuluphali, ukuze abambe izephulamthetho.  - Wonke amaphoyisa afundiswa ukulwa i-wrestling (yakuma-Olimpiki) ne-kickboxing.  - Amaphoyisa wesimame angasebenza emahhovisi wesiteshi samaphoyisa kuphela bese awesilisa ahambe...