Ikhalenda lesiZulu

INYANGA - IQALA NINI KWELESINGISI 

UMandulo - 24 Aug 
UMfumfu - 21 Sept 
ULwezi - 19 Oct 
UNyangantsha - 16 Nov 
UZibandlela - 13 Dec 
UMasingana - 11 Jan 
UNhlolanja - 8 Feb 
UNdasa - 8 March 
UMbasa - 7 April 
UNhlaba - 3 May 
UNhlangulana - 31 May 
UNtulikazi - 28 Jun 
UNcwaba - 26 July 

Zonke izinyanga zinezinsuku ezingama-28. UNcwaba unezinsuku ezingama-29, abe nezinsuku ezingama-30 njalo eminyakeni emine. 


USUKU OLUKHUMBULWAYO - NGOMUHLAKA BANI - KWELESINGISI 

• Unyaka omusha - 1 kuMandulo - 24 Aug 
• Umukhosi weLembe - 4 kuMfumfu -  24 Sept 
• Umukhosi wokweshwama - 9 Zibandlela - 21 Dec 
• Usuku lwe-Cato Manor - 5 Masingana - 15 Jan 
• Impi yaseSandlwana - 12 Masingana - 22 Jan 
• Usuku luka-Retief - 27 Masingana - 6 Feb
• Indida/Ingcubhe - 3 Ncwaba kuye kulesi-7  - 29 July to 2 August 

Namuhla kuwumihla kasishagalombili kuNcwaba (2 Aug kwelesiNgisi), kunyaka wesinkulungwane amakhulu ayisishagalombili namashumi amabili (1820 ngezinombolo).

Amazwana

Ukuthumela okudumile osuka kule bhulogi

Indlela yokubhala yesiZulu.

Inhlangano Yebhola Likanobhutshuzwayo YakwaZulu