Asibadingi.
Kumele kucace njengabaseka lomnyakazo ukuthi asincenge lutho olungathi thina. Asiyibo abeSuthu, amaTswana, amaVenda kumbe yini okunye. SiseNingizimu Afrika kodwa asiyiwo amaNingizimu Afrika, kungase kuthiwe singama-Afrika kuphela ngasizathu esithi asikho ezweni elakhiwa yithi ngenxa yo-Berlin Conference, Anglo-Boer War nokunye. Ukuloku sicwaswa ngezinye izinhlanga eNingizimu Afrika ngoba becik'wa ukuthi siyiningi eNingizimu Afrika njengoZulu kuyinto esiyohleli siyibona kulezwe. Bebona engathi sibancengile eNingizimu Afrika ngoba singenamandla wokubusa izwe ngendlela eyithi, kanti nalapho kungekho qhude kuyasa. Akekho umulimi womuSuthu ongeke athathelwe indawo ngowom'Zulu, akhekho unjinyela weVenda ongeke athathelwe indawo ngowakwaZulu. Asibancengile futhi asibadingi abazosicwasa.
Amazwana
Thumela amazwana