Inhlangano Yebhola Likanobhutshuzwayo YakwaZulu

Ngoba izwe elingenalo iqembu lebhola likanobhutshuz'wayo kubuye engathi yizwe elingaphelele, ukwakhiwa kweNhlangano Yebhola Likanobhutshuz'wayo YakwaZulu (I.Y.L.Y. ngamafuphi) kuyoba yinto eyodinga yenziwe.

UKUMA KWAYO:

 

Yakhiwa: 11 Zibandlela 2017

Amakhasi kwizinkundla zokuxhumana: facebook.com/IQembuLesizwe | twitter.com/Zulu_FA

Njengoba singenayo imvume yokuthi sibe yingxenye ya-FIFA, kungangcono sibe yingxenye ye-ConIFA. Likhona vele iqembu ekuthiwa ngamaZulu kwiligi yaseNingizimu Afrika kodwa abalona iqembu lesizwe ngoba nabadlali engabe bayasidlalela njengesizwe abekho kwiqembu loSuthu. Inkanyezi lena esinayo eyangenkathi sinqoba umuqhudelwano we-AFCON ngonyaka we-1996.


IMINCINTISWANO EKUYOMELE YENZIWE YI-I.Y.L.Y. UMA SESIHLUKENE NENINGIZIMU AFRIKA: 
ILigi yesizwe 1 (eyabesilisa nabesifazane)
ILigi yesizwe 2
ILigi yesizwe 3
• INdebe yamaqembu akuhhafu ophezulu (Iligi yesizwe 1)
• INdebe yesizwe (Kuqhudelana wonke amaqembu kumaLigi 1, eyesi-2 neyesi-3 wesizwe) 

Amazwana

Ukuthumela okudumile osuka kule bhulogi

Esikugqokayo.

Ikhalenda lesiZulu

Indlela yokubhala yesiZulu.