Iphupho

Ngithemba nifunda loku ningabantu bomuqondo osile, niyawazi umehluko phakathi kwephupho nento eyiqiniso. 

Lomunyakazo weNhlangano Yokugqugquzela Izwe LakwaZulu Elizimele uyiphupho. Noma kunjalo, amaphupho kuyenzeka afezeke. Ayikho into engavimbela lomunyakazo uphumelele uma kukhona abantu abazinikele kwinhloso yokubona izwe lakwaZulu lizimele. Ngempela kusayiphupho kodwa iphupho kuyenzeka lifezeke uma ulisebenzela. Uma sihluleka, siyohluleka sizamile. Impumelelo yethu, iyoba sezandleni zesizwe sonkana nabaholi.

Amazwana

Ukuthumela okudumile osuka kule bhulogi

Esikugqokayo.

Ikhalenda lesiZulu

Ipolitiki lamazwe kwaZulu.