Umuqondo wabantu besizwe.

Okunye esikhohlwa wukukuveza kulomunyakazo wuguquko oluzodinga ukwenzeka kumuqondo wabantu abakulezwe. Okuzokwenziwa kuwukuthatha umuqondo wokuba yisigqila nokwehluleka kube wumuqondo wokubusa nokusebenzela isizwe. Loku kwenziwa ngemfundo ehleliwe ukuthi yakhe abantu abazoyisa izwe phambili, imfundo ecishe ifane nokuqeqeshwa. Ezokwakha abantu:

• Abazi ngezolimo nezitshalo nezilwane zezwe.
• Ukuvikela izwe.
• Ukubhala nokufunda ulimi lwethu.
• Abazi ngezemikhathi ngokubuka izinkanyezi.
• Abazi umulando wesizwe.

Amazwana

Ukuthumela okudumile osuka kule bhulogi

Imingcele yezwe liphelele.

UMnu. John Langalibalele Dube

Ikhalenda lesiZulu