Inkondlo yefulegi.
Inkondlo yefulegi
Lihle lelifulegi
Leli fulegi ngelami
Leli fulegi ngelethu
Leli fulegi ngelenu
Leli fulegi ngelesizwe nawonke uZulu
Leli fulegi lisho ompisholo wemikhathi ephezulu
Leli fulegi lisho obovu owegazi labangasekho
Leli fulegi lisho okuhlaza womuhlaba wethu abasakho
Leli fulegi lisho izwekazi le-Afrika, kwaTu
Leli fulegi lisho ukuthi ngeke siphele, singabantu
Leli fulegi liwumulando, leli fulegi liyikusasa
Leli fulegi ngiyaliqamba, ngithi "wuKwasa"
Ngoba ngilale libhakuza, ngavuka libhakuza kusa
Leli fulegi lithi "Ngisakhona noma ningisusa"
Leli fulegi ngelenu
Leli fulegi ngelethu
Amazwana
Thumela amazwana