Ikusasa lalomunyakazo...
Eminye iminyakazo ebheke impumelelo yabantu nesizwe ngokweqiniso kuhamba ithengwe kumbe isabalale eNingizimu Afrika ngoba sipheth'we, kasiziphethe. Kodwa noma kunjalo sihlala ethembeni lokuthi abaphathi bezwe, bebonke nasebukhosini - bonke bazowubona uqotho ubhekene nempucuko lomunyakazo esiwenzile lana noma uphela nawo njengeminye. Obona amasu aphusile kulomunyakazo, angawaboleka kodwa engathi angangasikhohlwa ukuthi sasihloseni ngokwenza wona lawo masu nezixazululo zezwe elalizoba khona mihla saphumelela. #FreeZululand #PhambiliKwazulu
Amazwana
Thumela amazwana