I-Soweto ishiy'elwani?
I-Soweto impela yakhiwa wumuntu owazalelwa e-Cato Ridge (eNatali). Igama kwakunguMagebhula. Kumanje e-Soweto (kwaMpanza) kuneningi labantu abakhuluma ulimi lwesiZulu, nabangamaZulu ngokwomulando. Ukufaka i-Soweto ngaphansi kwoMubuso wakwaZulu, kuzodinga ukuthi sibuthe umuhlaba omanyakatho nomukhandlu i-Midvaal ose-Sedibeng lapho ekuneningi labantu abakhuluma isiSuthu. Ngoba uma sizowuyeka lowo muhlaba omanyakatho ne-Midvaal sifake i-Soweto kwaZulu kuphela, kuzoba yizwe elilodwa kodwa elihlukene umuhlaba. Mhlawumbe kudingeke amaphepha ukuya endaweni eyizwe elilodwa ngoba siyonqamula eNingizimu Afrika ukuze siye e-Soweto.
Umungcele waseKurhuleni uphela e-Meyersdal Nature Reserve. Zakariyya Park ne-Elandsfontein , Klipriviersberg Nature Reserve (enyakatho ne-Midvaal) kwonke kumele kutholakale ukuze sihlangane ne-Soweto.
Uma unakile, lomuhlaba omanyakatho ne-Midvaal une-Naturena phakathi. Loku kusho ukuthini i-Soweto Derby kungenzeka kube wumuqhudelwano wakwaZulu ngaphandle uma i-Kaizer Chiefs iyiduba i-Naturena ngoba ingaphansi kwoMubuso wakwaZulu.
Uma kwenzeka ukuthi sibuthe lomuhlaba omanyakatho ne-Midvaal, kuyodala i-Orlando Pirates ne-Kaizer Chiefs ibe yizinhlangano zemidlalo zakwaZulu, amaqembu womabili aphath'we yimikhandlu angaphansi kwayo. Kube neqembu likanobhutshuz'wayo labesifazane, i-volleyball (abesilisa nabesifazane), ibhasikethibholi (iqembu labesilisa nabesifazane), i-seven's rugby (abesilisa), netball (abesifazane), futsal (abesilisa) nemidlalo yomudabu (iqembu labesilisa nabesifazane) kuwomabili amaqembu i-Kaizer Chiefs ne-Orlando Pirates.
Kuzosiza ngani ukufaka i-Soweto kuMubuso wakwaZulu?
• Kuzofaka isizwe esinye ngaphansi kwomuhlaba omunye.
• Kuzonika abantu abase-Soweto (nase-Naturena) ulwandle oluseduze.
• Kunganothisa izwe lonkana.
Kodwa ngoba kusayisifiso kusasebantwini abasezikhundleni ezifanele ukuthatha lomubono bawuphumelelise.
Amazwana
Thumela amazwana